Get the APP hot
Home / Horror / Twins
Twins

Twins

5.0
3 Chapters
680 View
Read Now

About

Contents

This story talks about twins lifestyle.

Chapter 1 Stubborn wife.

Kwakuse mpondo zankomo unaSpha ethi uvuka nje uyo fakela umlingani wakhe amanzi okugeza, kanti akabuzange langeni ukuthi uyothi uma ephakama nje abengo hlanga bezana nebonda ngoku shaywa noku bethwa ngusa Spha nge nhlanekela.

Yisikhathi bani lesi? Kubuza useka Spha! Yikhona kubethe lesihlanu baba usho ngapho zihlengezi nyembezi, ngakushela ngathi ubongi fakela ngasiphi sikhathi? Ngele sine Khabazela, kahlehle inkinga yakho Mashenge yini, manje uthi sengiyo hamba ngidleni emsebenzini, angani kukhona ukudla okuseli zolo baba, (ehwaqa) ungangi sheli ngensalela zezolo wena sikhaliyane ndini, awu zizwa nokuthi uyabhibhidla nje la, Wake wakubona phi ukuthi umuntu ethi elobole kwanga sala leyodwa lokhu, abe ngodliswe okuwu msalelwa khona waku zwaphi wena lokhu? "Ubiza bani ngekhishi Khabazela?" (Esho edinwa unaSpha), ngisho wena kanti ubani omunye engikhuluma naye la? Kunjalo nje angazi nakuthi lamawele ngawami na noma akuwona wami, kunje ngiya zisola ngoku ngalaleli abadala be khuluma, alube ngathathi qathanzipho lako mntungwa ngenkathi abazali bethi ngenze njalo, ngabe okukho konke lokhu okwenzeka la, Khona baqinisile uma bethi isala kushelwa sibona ngomopho, sengize ngiya kubona lokhu, awubheke manje ukuthi unjani? Unje yiloku libala kwenu lotshwala no Nomonde, Ngize ngiya fisa nokwazi ukuthi yini lengaka elihlanganisayo lalabo tikiline, njengoba benga shadile nje? "(Eyi uyeyisa ndoda ndini kuthi ukukhulumisa okomfazi)", uze awuzi boni lokuthi usu selwe kangaka nani emsebenzini, Nxa angithi nguwe ongenzi zona emisebenzini yasendlini njengo mama wakhona, sengize ngibona kungcono ubuyele kini iyolaywa kabusha. Usho nje saSpha?, Kungcono ke sengi yohle ngithathi ngani zami zombili uSpha beno Sphe ngiye nabo kithi, angithi wena sowa phenduku ujohn cena laphe khaya kumanje nje sengaze ngajika ngabi sicashalala sakho. Uthini wena wesibhuda ndini? Ngisho njalo angithi sowa bona kungcono ukuthi ngibe libhola lakho oliphonsa nomi yikuphi. (Ungabona emehlo esibungu uthi kuhambo ba kephi ngoba kwenzenjani?) Akukho Siphesihle lo Siphamandla abahambayo, akube uyangizwa nje lapho wedini, ngifunu kuthi uma ngibuya emsebenzini ngitholi ngani lezi zikhona la and umahamba uzohamba wedwa lobukhishi bakho, bube bunga hlangene ndawo nalezi ngane. (Washo ephuma ukhabazela). "Kanti waphuma ukudla kwakho ke?" Kubuza unakaSpha, khange aphendule uMkhize wazi qhubekela nje ngohambo lwakhe.

Continue Reading
img View More Comments on App
Latest Release: Chapter 3 No clue   01-19 11:57
img
MoboReader
Download App
icon APP STORE
icon GOOGLE PLAY